iJadu lamahubo akwaMandlakazi

iJadu lamahubo akwaMandlakazi

Lomcimbi uzoqala ngomfundelo ngezi 8 August lapho intsha izofundiswa amahubo nomlando wawo, bese ulandela iJadu lokuhuba lamahubo obhekiswe entsheni ukuthi ifunde ngomlando namahubo esizwe.
uZobe ubanjelwe eKuvukeni kwaNongoma emzini woMntwana kwaMuntuyonginikani. Kunomnikelo wokudla ocelwayo ka R100 umuntu emunye.

Date

Aug 09 2021
Expired!

Time

10:00 am - 5:00 pm

Location

EKuvukeni
KwaMuntuyonginikani, kwaNongoma
Category